Ukuqoqonga imininingo
Ukuqoqonga imininingo noma Isiqoqonga mininingo kuwukuqoqonga imininingo noma ukuqoshwa kokwaziswa ngaphakathi kwesiqoqonga. Ukubhala, iziqoshwa zeFomografi, isiqophawonga, neziindingilizi zokukhanya zonke ziyizibonelo zezinsizakuqoqonga. Amachembe wemvelo afana nolibofuzo ne-RNA nawo athathwa njengeziqoqonga zemininingo.[1][2] Ukuqopha kungenziwa cishe nganoma yiliphu uhlobo lwesidlakathi. Isiqoqonga mininingo samazuba sidinga amandla wamazuba ukuze siqoqonge imininingo.
Ukuqoqonga imininingo ngensiza yezezibhangqiwe, efundwa yinguxa kubuye kubizwe ngokuthi imininingo yezezibhangqiwe. Ukuqoqonga imininingo yesiCikizi ngenye yzinsebenzo ezimqoka zesiCikizi senjongo evamile. Imibhalo yamazuba ingagcinwa endaweni encane kakhulu kunemibhalo yephepha.[3]
Insizakuxhumana yokuqopha
[hlela | Hlela umthombo]Inzisa yokuqopha iyinto ephathekayo emumatha ukwaziswa. Ukwaziswa okusanda kukhiqizwa buyasatshalaliswa futhi bungaqoqongwa phakathi kwezinsizakuxhamana ezine - isishicilelo, isiqophamdiki (film), ezobuwonga, nezikukhanya - futhi bungabukwa noma buzwiwe ngokugeleza kokwaziswa okune - ucingo, umsakazo nomabonakude, kanye noxhakaxholo [4] kuhlanganisa nokuthi buqashelwe ngamaqaphelo ngokuqondile. Ukwaziswa kwezezibhangqiwe bona buqoqongwa ngezinsikakuxhumana zamazuba sebuyizinikino ezihlukene zokuqopha.
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Cite error: Invalid
<ref>
tag; no text was provided for refs namedrna
- ↑ Hubert, Bert (9 January 2021). "DNA seen through the eyes of a coder". Kulandwe ngomhlaka 12 September 2022.
- ↑ Rotenstreich, Shmuel. "The Difference between Electronic and Paper Documents" (PDF). George Washington University. Archived from the original (PDF) on 20 February 2020. Kulandwe ngomhlaka 12 April 2016.
- ↑ Lyman, Peter; Varian, Hal R. (October 23, 2003). "HOW MUCH INFORMATION 2003?". UC Berkeley, School of Information Management and Systems. Archived from the original on October 15, 2022. Kulandwe ngomhlaka November 25, 2017.